ISISHIMANE - ngondla isizwe ngamazwi

NGIYAKWAMUKELA WELCOME TO THE POETRY SITE OF MPHUMELELI NGIDI aka ISISHIMANE ESINEZIQU ZOKUSHELA. LE NKUNDLA IYINQOLOBANE YAZO ZONKE IZINKONDLO ZAMI,NJENGOMBHALI NOMSHICILELI WALEZI ZINKONDLO IMINA KUPHELA ONEGUNYA LOKUZIHAYA AKUVUMELEKILE UKUSETSHENZISWA KWAZO NGAPHANDLE KWEMVUME.ABAPHULA LEMIGOMO BAYAKUSHUSHISWA. NOMA NGABE UFUNA LUPHI UHLOBO LOBUCIKO NJENGAMAHLAYA, ABADANSI, IDRAMA,njll NGITHINTE NGAPHANSI KWE PAP ENTERTAINMENT SIYAYIHLELA IMICIMBI. 0799296524

2010-07-26

Le nkondlo

›
Abahlale bekhuluma iqiniso kuthiwa bazenza ngcono Abanye bahlale belole amehlo bagagula abagqoke okungabafanele nabangamile kahle ungaze ufu...
2010-06-01

Straight sami dedel'ishandisi

›
Ngasekhaya bayazi ngihlale ngibatshela ukuthi nginayo la eThekwini Nala eThekwini bayazi; babuze, ngihlale ngibatshela ukuthi nginayo ngasek...
2010-05-26

Lalela la uma kimi uzimisele ngokungena la

›
Kuleli gumbi imina nawe akekho omunye Ngicela ususe ifoni esandleni uncenge izindlebe zilalele la Kunodaba olwaziyo engifuna ukukukhumbuza l...

Umtshali wembewu ongakhulisi

›
Le ndoda ingumtshali wembewu Le ndoda iphethe umgodlagodla wesaka lembewu Ifike ichithe imbewu emhlabathini ovundileyo iqede ifulathele Aban...
2010-03-29

UMbali intombi yami

›
Hheshe mbhemu umthetho wakho uqhuba intwala ngewisa vele? Sengikubone izikhathi eziningi uhamba oMbali. Niyathandana noma usamshela? Ngibuzi...
2010-02-06

Bokuchutha phambili

›
Mtanami uwena wedwa uwena ithemba lami Njengabanye abafazi nami ngiyafisa ngelinye ilanga ngikukhombe usuhambela phezulu kodwa usangazi mina...
2010-01-29

Kokuqoqa ukuhlwa (Umvundla zowunqanda phambili)

›
Uyazazi izinhlupheko nezinsizi eziphehla usizi zalaph'ekhaya Uyazazi izindonga ezidilikayo nophahla oluvuzayo lalaph'ekhaya Uyayazi ...

DUDUZILE MY FOHLOZA

›
Eh majita sengithole owami, angifune muntu ozongibangisa ngoba ngizishelele yena enganakwe umuntu Umuntu wami lona icherry yami lena isdudla...
2009-10-19

Ngintombi kamalume

›
Ngizalwe ngakhula umama eyisigqila sendoda emhlophe Ukudilika kwamaconsi amanzi emkhathini bekukhomba otapolo kuye Ukubhamuka kwenhlamvu yel...
2009-09-08

Musa ukungixhopha ngezinyembezi

›
Ngiyazi kukhona owangithwalayo Ngiyazi kukhona owangizalayo Kodwa mina ngizaliswe okwechwane lenyoka kwathiwa lendlela enameva amthuqasi ang...
2009-08-16

Lezi zinkondlo sisazozidedela

›
Mhla abahaya izinkondlo bagqashukelwa amazwi lezindonga zodilika lezimpande ezisabalalisa ugqinsi lwamampunge zozimbuka abanye abosala benye...

Mhla ngifa, mhla ngilalayo

›
Umzuzu, usuku nehora angikwazi Mhla umphefumulo wami ugqashula ubudlelwano bawo nomzimba kwabanye koqhilika izidlathi kwabanye kungenise imi...

Wena umdala kunawe

›
Kusukela phansi engqakaleni kuze kuyoshaya okhakhayini siyakwazi uyazazi useyingane wena Abazali abakuzalayo bayakwazi usemncane wena Uyihlo...
2009-06-11

INCWADI KAMTAKWETHU UNOBUKHAZIKHAZI

›
Bukhazikhazi obukhazimula ngikhangeke ngithe angithathe uthi lwami ngiklwiklwize kulesi sigqejana sephepha ngidilize izindonga nezindinduma ...
2009-05-03

NGEKE UKUTHOLE UKUPHILA

›
Mina ngudadewenu ungumfowethu wena Mina nawe siyimikhiqizo yemizimba nemiphefumulo yababodwa Mina nawe savundla esiswini soyedwa izinyanga e...
2009-05-01

Khona engizomushela

›
ukubhaku bhaku bhaku ... ukubhakubhakuza kwenhliziyo yami in collaboration with ukuzwa kwemizwa yami sobabili siphethe imaster key sogqekeza...
2009-04-29

Ngilambile

›
Yabona mina ngimina, mina ngimina angiphili njengawe ngoba wena uwena. Mina ngiphila ngokucela kwabanakho nawe onakho Nina aningiboni mina n...
2009-04-11

NEMBEZA UNGANGIPHIKISI

›
Wayedalile ukuthi amudalile akhukhumale asindwe isisu izinyanga eziyisishiyagalolunye; kodwa emunye Wayedalile ukuthi amudalile emva kobuhlu...

DUDUZILE MY FOHLOZA NGIZOKUBAMBA

›
Ngikhiph’unyawo ngidle uqhafaskontshi nodelela for sure lezi ezikanokusho ake ngisho please call ngiyakuthanda- iZunglish Sisi bengithi ngic...
2009-03-04

MUSA UKUNGIZULISELA

›
Majita lo mntwana ngiziqalele yena ningamnakile Kodwa manje ngoba sengizivusele seniyamlandela Ngiyabona nina nifuna ngize ngihlanganise ikh...

UDADEWAMI

›
Lo udadewami Uyintombi intombazane njengamanye amantombazane kodwa yena akakabi intomb'azale Ubhekile naye uzibhekile laba abanamehlo ag...

NGIMBONGI NGONDLA ISIZWE NGAMAZWI

›
NgingumZulu ngobuzwe, nginsundu ngokohlanga Ngunkunz’emnyama iyazisaba izithole Ngunkunz’emnyama nangeshoba layo Isishimane ngisabisa ngeziq...
2009-02-08

Inkosi ibe nawe

›
Ebuhlungwini nasekuhluphekeni okukukhungethe Emabhandeni enzondo asebewabophile Amanzi abakubilisela wona nezibopho eziboshwe izinhliziyo ne...

UKUBE NGANGAZI NGANGEKE NGIKUSHELE

›
Ngiyazi uyazi ukuthi ngiyazishaya ngawe ngoba ngihlale ngikubuka kodwa asisbukani ngoba uma kuke kwaqondana amehlo mina mina ngibheka le kan...

LE NDODA INGIBIZA NGEDODANA

›
Ngoba sengumungaka ake nibhekeni lendoda ingibiza ngendodana ithi ingubaba Baba ubukephi sonke lesi sikhathi? Mina angiyazi lendoda Owesilis...
2009-02-05

Ningazilweli ngizonilwela

›
Labangani kuhle uma kusekuhle ebubini nasebumnyameni ababonakali nangokhalo nemiyalezo Ekusitheleni nasemakhoneni bakukhomba ngeminwe engcol...

Lezi zizwe

›
Nginkosi yamakhosi nombusi wababusi ngembethe ingubo yokukhanya nodumo lobukhosi Ngidale lezi zizwe nokuphila kwazo Nginqaba ezinhlungwini, ...

Ukube umama usekhona

›
Ubethi mshana ngithi malume malume mshana, mshana malume Uthando lwakhe benguluzwa lugijima ngemithambo yegazi obekungenza ngikhohlwe ukuthi...
2009-01-16

sphalaphala ngiyaqhaqhazelisa

›
Ukubhakubhakuza kwenhliziyo yami in collaboration with ukucabanga kwengqondo yami featuring udubulageqe kadel'unina siphethe imasterkey ...
2008-11-11

ANGICELANGA

›
Owangidalayo mina wangidala ngenhloso uma kungezona izinhloso ngakhoke unenhloso ngokuphila kwami Owangidalayo mina wathuma izithunywa ukuba...
2008-10-14

Lalela la

›
Ungumafungwase uzinyobulala kithi Mina nabafwethu uyena kuphela esikwazi ukuthi dadewethu kuye Kubazali uyinkanyezi eqhakaza 24/7 uyena kuph...
2008-10-11

Picasa Web Albums - monica - Imagine Africa - Durban Poetry Showcase -- selection

›
Picasa Web Albums - monica - Imagine Africa - Durban Poetry Showcase -- selection
2008-09-20

Qathaza phela (original piece)

›
Sekunyuka iminyakanyaka nami engingayazi ngilokhu ngikutshelana nento eyodwa kodwa wena ubhizi ulokhu ungitshelana nalesi saga-sisho sakho e...
2008-08-31

Agizalanga ngabola amathumbu

›
Ngangingengedwa wakhiwa … ngangingengedwa ngikwakha lalela la mhlambe uzongizwa kahle ngithi ngangingengedwa sikwakha Kepha ngangingedwa ngi...
2008-08-19

CLICK HERE TO VIEW MY IMAGES SLIDE SHOW

›
Slide - Share Slide Show : "http://www.slide.com/r/2lzp_WLh1j_eCTgqeJq3Fo5D0AYd67KY?previous_view=mscd_embedded_url&view=original...
2008-07-29

Khansela sicel'intuthuko

›
Bathi isemaqeleni emaqaqasini kwangqingetshe kwankomo zikhiqiza upholishi bathathe omame basinde kunethezeke kuphinde kuhlanzeke amalawu. Nt...
2008-07-09

Bakhuluma ngobulungiswa

›
Umthetho nobulungiswa eSouth Africa ubhuti nosisi abangakhulumisani futhi abangezwani ngoba baqhelelene. Kodwa basuka ndawonye futhi baya nd...
2008-06-10

KUYOQHUMA NHLAMVU

›
Nangu umabhengwane omabhadubhadu ixoki lephixiphixi elixova izinhliziyo zabantu ngokushoshela phansi njengomswenya ngenxa yenzondo, umona ne...
›
Home
View web version

Blog members

  • AUBREY MPHUMELELI NGIDI
  • Mvelisto
  • Sihle Siyabonga Ngidi
  • mastertsotsie
  • thembeka
Powered by Blogger.